listen to Jabulujule
#Jabulu Jule - Ingono yoMsamu no Professor VVO (Impilo yonke iwuhambo) - 28 October 2026
INGONO YOMSAMO no Professor VVO sibheke kwi Ngono yoMsamu la uzothola ukuxazululeka kwezinkinga zakho zakomoya nezomphefumulo. Impilo yonke iwuhambo ongalwazi olungukuthwasa. Kumele kulokuhambo ungene ezikhinsini uwele imifula, uhlangane nokuhle nokubi, okuzokukhalisa nokuzikujabulisa. Kuyosondezwa eduze kwakho abayokuhlenga nabayokucwilisa ngoba kufanelekike. Konke lokhu kuyokube kufanele kwenzekile ukuze ulufeze uhamba lwempumelelo: lwempilo yakho yonke.
#Jabulu Jule - Ikhaya Lamaciko - 28 October 2026
Ikhaya Lamaciko
#Jabulu Jule - EmaHostela no Phuzekhemisi - 28 October 2026
EmaHostela no Phuzekhemisi
#Jabulu Jule - Tea Time (kidnapping ) Party 2 - 28 October 2026
Sizolandelela udaba lwengane yaseMtubatuba eyathunjwa ukuthi kukhona yini umkhondo otholakalayo ngoba sesenze imizamo yokuxhumana noMhlonishwa uMeya waseNkosi uMtubatuba uCllr M. Mthethwa, kukhona noMama wengane elahlekile uNozipho Mbuyisa Uma unetiye elishisayo ongathanda sikuphungise lona xhumana nomdidiyeli wohlelo umthumele I email ku simelaneM@sabc.co.za noma usifonele
#Jabulu Jule - Professor -27 October 2026
#Jabulu Jule - Mpilonhle Mpilonde with Dr Mthembu - (Sikhuluma nge Thrombosis ) - 27 October 2026
sikhuluma nge Thrombosis okungukwakheka kwehlule legazi ngaphakathi komthambo wegazi. I Thrombosis yenzeka lapho igazi lakha ihlule ngaphakathi emthanjeni, okungaphazamisa noma kuvimbe ukugeleza kwegazi ngendlela efanele. Lesisifo singaba yingozi uma ihlule legazi lisuka lapho lakheke khona liyovimba umthambo ohambisa igazi emaphashini Part two nemibuzo yabalaleli
#Jabulu Jule - Monday Therapy no MakaTha – Simthande Myeza - 26 October 2026
Monday Therapy no MakaTha – Simthande Myeza
#Jabulu Jule - Ncipha bugebengu no Singabakho Nxumalo - 26 October 2026
Singabakho Nxumalo okhulumela umnyango wokuhlunyeleliswa kwezimilo, sibheka udaba lokubhala kwabafundi baMatikuletsheni abasemaJele njengoba bebalelwa ngaphezu kwaMakhulu amabili.
#Jabulu Jule - Aubrey Qwana - 22 October 2026
Aubrey Qwana
#Jabulu Jule - Dr Hlengiwe Mhlaba - 22 October 2026
#Jabulu Jule - Ikhaya Lamaciko - 21 October 2026
#Jabulu Jule - Ingono yoMsamu no VVO - (Kanti inkolo iyahlangana yini nesintu na? ) - 21 October 2026
sibheka udaba lokuthi Umndeni usuhambe usuliqedile izwe ulwa nokufuna izinkinga ezibakhungethe. Kukhona abasemajele, abaqotshwa ngesibhamu, okuthiwa abathwase maqede bashone, kufa wena mfuyo. Ekugcineni kufike ikhehla komunye wabo ngephupho lithi : inkinga enkulu yenu nalahla inkolo okwakuphilwa ngayo kulelikhaya eyayiphilwa nesintu. Kanti inkolo iyahlangana yini nesintu na?
#Jabulu Jule - EmaHostela no Gadla Nxumalo - 21 October 2026
EmaHostela no Gadla Nxumalo
#Jabulu Jule - Monday Therapy no Babu Dokotela -19 October 2026
Babu Dokotela
#Jabulu Jule - Notha uJule Ngezomnotho no Prof. Bonke Dumisa (credit cards)- 19 October 2026
isihambeli sethu u Proffessor Bonke Dumisa onguMhlaziyi womnotho (Economist). Sikhuluma ngokunyuka kwe Interest rate, Ukunyuka kwezinga lemali ezalayo (interest rate) nokuthi kuthinta kanjani isakhamuzi esijwayelekile esiphila ngomholo owodwa. Interest yanyanga zonke yezindlu (bond), izimoto, namakhadi esikweletu (credit cards) kuyanyuka, okusho ukuthi imali esalayo emholweni wakho iyancipha.
#Jabulu Jule - Ncipha bugebengu (Sikhuluma ngembandela ye Bail neyokhululwa nge Parole ) - 19 October 2026
sikhuluma ngembandela ye Bail neyokhululwa nge Parole Ncipha bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu & Singabakho Nxumalo, National Spokeperson at Correctional service
#Jabulu Jule - Ithemba alibulali - Thank you - 15 October 2026
#Jabulu Jule - Umlazi New Sound Gospel Group - 15 October 2026
#Jabulu Jule - Ikhaya Lamaciko no Siyabonga Mpungose -14 October 2026
#Jabulu Jule - Ingono yoMsamu no VVO ( Abanye bathi uyathakatha. Izingane zakho azikufuni ziyakuzonda )- 14 October 2026
Save video to ...