listen to Jabulujule
#Jabulu Jule - Sbongiseni Zikhali - 05 November 2026
#Jabulu Jule - NGONO YOMSAMO no Professor VVO sibheke kwi Ngono yoMsamu la uzothola ukuxazululeka kwezinkinga zakho zakomoya nezomphefumulo - 04 November 2026
#Jabulu Jule - DJ Nkoh - 03 November 2026
#Jabulu Jule - Mpilonhle Mpilonde with Dr Mthembu ( Izinyoka zivame ukwanda ) - 03 November 2026
sikhuluma ngokuthi kule season isikhathi sezinyoka eNingizimu Afrika zivamise ukuqala entwasahlobo kuze kufike ihlobo (kusukela kuMandulo kuya kuNhlaba). Izinyoka zivame ukwanda kakhulu uma izinga lokushisa seliphezulu, njengoba ziphuma ezindaweni ezicashile ziyozingela futhi zizalane
#Jabulu Jule - Monday Therapy no Gab no Masaladi - 02 November 2026
Monday Therapy no Gab no Masaladi bathi ubona ngesimemo saka Mfana ngalezikhathi zonyaka ukuthi umiphi nomuntu wakho, kuthiwa laba abathandwayo sebeqalile bathola izimemo zokuthi badle ukhisimusi bahlukaniseunyaka kaMfana 😊
#Jabulu Jule - Notha uJule ngezomnotho no Mpumelelo Zikalala - 02 November 2026
#Jabulu Jule - Ncipha bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu (Vote)- 02 November 2026
Ncipha bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu
#Jabulu Jule - Ingono yoMsamu no Professor VVO (Impilo yonke iwuhambo) - 28 October 2026
INGONO YOMSAMO no Professor VVO sibheke kwi Ngono yoMsamu la uzothola ukuxazululeka kwezinkinga zakho zakomoya nezomphefumulo. Impilo yonke iwuhambo ongalwazi olungukuthwasa. Kumele kulokuhambo ungene ezikhinsini uwele imifula, uhlangane nokuhle nokubi, okuzokukhalisa nokuzikujabulisa. Kuyosondezwa eduze kwakho abayokuhlenga nabayokucwilisa ngoba kufanelekike. Konke lokhu kuyokube kufanele kwenzekile ukuze ulufeze uhamba lwempumelelo: lwempilo yakho yonke.Â
#Jabulu Jule - Ikhaya Lamaciko - 28 October 2026
Ikhaya Lamaciko
#Jabulu Jule - EmaHostela no Phuzekhemisi - 28 October 2026
EmaHostela no Phuzekhemisi
#Jabulu Jule - Tea Time (kidnapping ) Party 2 - 28 October 2026
Sizolandelela udaba lwengane yaseMtubatuba eyathunjwa ukuthi kukhona yini umkhondo otholakalayo ngoba sesenze imizamo yokuxhumana noMhlonishwa uMeya waseNkosi uMtubatuba uCllr M. Mthethwa, kukhona noMama wengane elahlekile uNozipho Mbuyisa Uma unetiye elishisayo ongathanda sikuphungise lona xhumana nomdidiyeli wohlelo umthumele I email ku simelaneM@sabc.co.za noma usifonele
#Jabulu Jule - Professor -27 October 2026
#Jabulu Jule - Mpilonhle Mpilonde with Dr Mthembu - (Sikhuluma nge Thrombosis ) - 27 October 2026
sikhuluma nge Thrombosis okungukwakheka kwehlule legazi ngaphakathi komthambo wegazi. I Thrombosis yenzeka lapho igazi lakha ihlule ngaphakathi emthanjeni, okungaphazamisa noma kuvimbe ukugeleza kwegazi ngendlela efanele. Lesisifo singaba yingozi uma ihlule legazi lisuka lapho lakheke khona liyovimba umthambo ohambisa igazi emaphashini Part two nemibuzo yabalaleli
#Jabulu Jule - Monday Therapy no MakaTha – Simthande Myeza - 26 October 2026
Monday Therapy no MakaTha – Simthande Myeza
#Jabulu Jule - Ncipha bugebengu no Singabakho Nxumalo - 26 October 2026
Singabakho Nxumalo okhulumela umnyango wokuhlunyeleliswa kwezimilo, sibheka udaba lokubhala kwabafundi baMatikuletsheni abasemaJele njengoba bebalelwa ngaphezu kwaMakhulu amabili.
#Jabulu Jule - Aubrey Qwana - 22 October 2026
Aubrey Qwana
#Jabulu Jule - Dr Hlengiwe Mhlaba - 22 October 2026
#Jabulu Jule - Ikhaya Lamaciko - 21 October 2026
#Jabulu Jule - Ingono yoMsamu no VVO - (Kanti inkolo iyahlangana yini nesintu na? ) - 21 October 2026
sibheka udaba lokuthi Umndeni usuhambe usuliqedile izwe ulwa nokufuna izinkinga ezibakhungethe. Kukhona abasemajele, abaqotshwa ngesibhamu, okuthiwa abathwase maqede bashone, kufa wena mfuyo. Ekugcineni kufike ikhehla komunye wabo ngephupho lithi : inkinga enkulu yenu nalahla inkolo okwakuphilwa ngayo kulelikhaya eyayiphilwa nesintu. Kanti inkolo iyahlangana yini nesintu na?
#Jabulu Jule - EmaHostela no Gadla Nxumalo - 21 October 2026
EmaHostela no Gadla Nxumalo
Save video to ...