Watch Asikhulume - Protection orders
Asikhulume
Protection orders
- Season 1
Kuyanda ukungajabuli ngohlelo lwezinkantolo abesifazane abayizisulu zodlame lobulili.Bakhala ngokuthi iphepha abalithola ezinkantolo ngemuva kokubika ukuhlukunyezwa abalingani babo alibavikeli, bheka nje ngoba abaningi ukuhlukunyezwa kuyaqhubeka abanye baze babulawe bephethe leliphepha phecelezi i protection order.Njengoba sigubha inyanga yabesifazane sibuza ukuthi, yini okufanele yenziwe kanye naleliphepha ukuze kuiqinisekise ukuphepha kwezisulu? Kungabe izinkantolo, amaphoyisa kanye nomnyango weSocial Development benza ngokwanele ukukuqinisekisa ukuphepha kwezisulu?
South Africa continues to face high levels of youth unemployment, food insecurity, poverty and inequality. While agriculture has traditionally been viewed as a male-dominated industry, a growing number of young women are entering the sector as farmers, agripreneurs, livestock producers and agro-processors. These women are proving that farming is not only a means of feeding communities but also a viable business capable of creating employment and stimulating local economies.
Imibiko yabafana abathunjwa basiwe kulezizikole abaninizo bengavumelananga nemindeni, ukuqolwa izimali kwabazali babafana abaya kulezizkole bengazi, ezinye zezinkinga eziningi ezibhekene nesiko lokusoka. Asiphathi imibiko eshaqisayo yabashonayo beye ukuyosoka. Yini engenziwa ukulwisana naloku mbukeli?
Gambling has become a growing concern among young people, particularly students who are exposed to online betting platforms and gambling advertisements. While some students participate in gambling for entertainment or in the hope of making quick money, many end up losing significant amounts of money and developing unhealthy gambling habits. A major concern is that some students are using their funds from the National Student Financial Aid Scheme (NSFAS), which are intended to cover educational expenses.
The Independent Electoral Commission of South Africa has officially launched its national communication campaign for the 2026 Local Government Elections under the slogan, ‘Get Up Show Up. Vote.’ The campaign aims to encourage active voter participation, outline the commission’s readiness for the upcoming elections, and counter growing voter apathy.
Yini engenziwa ukuqeda izinkinga ezibhekene nesikhwama esixhasa ngemali yokufunda ezikhungweni zemfundo? Sekuphenduke insakavukela ukujutshwa kwabalawuli kulesi sikhwama abazama ukulungisa izinto. Kusukela ngonyaka ka 2018 lesisikhwama sesifakwa ngaphansi komlawuli okwesithathu, kwaba namabhodi amathathu, izikhulu eziphezulu zokusebenza ezimbili. Ngabe siphenya ngokwanele ukuthi inkinga yini ngalesiskhwama? Njengoba nesinqumo sikaNqgongqoshe wezemfundo sokufaka umlawuli wesithathu received mixed reactions from different sectors.
Despite the risks, South African whistleblowers continue to expose wrongdoing. The new Protected Disclosures Bill aims to strengthen protection for those who speak out. But many still face intimidation, job losses and financial ruin. Some have even paid with their lives. Questions are now being raised about whether enough is being done to protect whistleblowers in South Africa.
Ukuntuleka kwemisebenzi kwentsha yaseningizimu Afrika kusaqhubeka nokuba yinkinga enkulu. Okubi ukuthi akuyona nje kuphela esemakhaya entula imisebenzi nasemadolobheni imbala.Njengoba kuyinyanga yabasebenzi nje sibuka ukuthi yini izizathu ,nomthelela wokuntuleka kwemisebenzi yintsha yakuleli, nokuthi yini engenziwa ukuqeda lenkinga ebhekene nabaholi bakusasa nokufanele badlale indima emnothweni wezwe.
As South Africa gears for the local government election Asikhulume puts a spotlight on the right to vote and why it is important for every citizen, especially the youth not only to vote but participate in the country’s politics and governance.
Kuboshwe abesifazane abahlanu eGoli ezinsukwini nje ngamacala okushushumbisa izidakamizwe zenana elibalelwa ku 5 million wamarandi. Lokukuboshwa sekujwayelekile ke kanti kuveza indlela iningizimu Afrika isingelinye lamazwe anenkinga enkulu yokushushumbiswa nokusetshenziswa kwezidakamizwa nokunomthelela kubugebengu bamagenge
Save video to ...