Watch Asikhulume

Izinkinga ngokondliwa kwezingane

Ngonyaka ka 2024 owayengunqonqoshe womnyango wezobulungiswa nokuthuthukiswa komthethosisekelo, uThembisile Simelane, wasayina isivumelwano nenhlangano ezimele i-Social Justice Foundation kanye ne-Consumer Profile Bureau, ngenhloso yokuthi umzali ongakhokhi isondlo afakwe emabhukwini amanyama. Njengoba kuyinyanga yabesifazane kanti kuyibo abaningi abagcwele kulezizinkantolo sibheka ukusebenza kwalezizinkantolo nokuthi loluhlelo olwamenyezelwa ngo 2024 luyawenza yini umehluko ezimpilweni zezingane nakubazali abahlala nazo? Sikhuluma no Kamogelo Lekubu-Wilderson, osuka the Department of Justice and Constitutional Development, kanye no Felicity Guest, osuka Child Maintenance Difficulties SA.

Protection orders

Kuyanda ukungajabuli ngohlelo lwezinkantolo abesifazane abayizisulu zodlame lobulili.Bakhala ngokuthi iphepha abalithola ezinkantolo ngemuva kokubika ukuhlukunyezwa abalingani babo alibavikeli, bheka nje ngoba abaningi ukuhlukunyezwa kuyaqhubeka abanye baze babulawe bephethe leliphepha phecelezi i protection order.Njengoba sigubha inyanga yabesifazane sibuza ukuthi, yini okufanele yenziwe kanye naleliphepha ukuze kuiqinisekise ukuphepha kwezisulu? Kungabe izinkantolo, amaphoyisa kanye nomnyango weSocial Development benza ngokwanele ukukuqinisekisa ukuphepha kwezisulu?

Challenges facing female farmers in South Africa

South Africa continues to face high levels of youth unemployment, food insecurity, poverty and inequality. While agriculture has traditionally been viewed as a male-dominated industry, a growing number of young women are entering the sector as farmers, agripreneurs, livestock producers and agro-processors. These women are proving that farming is not only a means of feeding communities but also a viable business capable of creating employment and stimulating local economies.

SABC 90: SABC Female Leaders

Ukuhlukunyezwa kwabesilisa abesifazane

Amalungelo ezingane 

Umnyango Wezokuthuthukiswa Komphakathi i-Social Development ihlose ukuvala amaphesenti angu-75 ezikhungo zokunakekela izingane nentsha nokuzidlulisela emindenini nezihlobo or foster adoptive parents. Is the 2030 goal in children’s best interests?

Youth with Disabilities any the Constitution

Izikole zokusoka ezingekho emthethweni

Imibiko yabafana abathunjwa basiwe kulezizikole abaninizo bengavumelananga nemindeni, ukuqolwa izimali kwabazali babafana abaya kulezizkole bengazi, ezinye zezinkinga eziningi ezibhekene nesiko lokusoka. Asiphathi imibiko eshaqisayo yabashonayo beye ukuyosoka. Yini engenziwa ukulwisana naloku mbukeli?

Save video to ...